Description
Ukuchela :
- Thatha ibhakede la 20 litre uthele yonke intelezi, faka umbese wasekhishini obusebenza bese ugcwalisa ngamanzi abandayo.
- Chela egcekeni ngo 21:00 ebusuku izinsuku ezintathu.
- Ngosuku lwesithathu khipha umbese uwuchome egcekeni, lapho ungeke uthintwe muntu khona. Uwushiye izinsuku ezintathu.
- Ngosuku lwesithathu, uthathe uwulahle emfuleni noma ehlathini.
Ukugquma
- Ugquma izinsuku ezintathu, ngakho intelezi kumele uyihlukanise kathathu. Faka amanzi ebhakedeni eline element, intelezi Kanye nombese wasekhishini obusebenza.
- Gquma imizuzu engekho ngaphansi kuka 15 ngo 3 eyntatha. Uwachithe emnyango amanzi uma usuqedile.
- Umbese uzowulahla emfuleni, ehlathini noma olwandle ngosuku lwesithathu








Reviews
There are no reviews yet.